Home   Index    Contact Us

Isifo Sovendle

Isifo sovendle yisifo esibanga ukungasebenzi / ukufa kwemilenze noma izingalo kwesinye isikhathi umtwana uyafa. Ingciwane lovendle lithafhelwana kalula ukusuka komunye ukuya komunye. Igciwane lihlasela kakhulukazi izingane ezingaphansi kweminyaka ewu 5.

Vikela Isifo Sovendle

Unga vikela isifo sovendle ngoku hambisa izingane emthola-mpilo ziyogomela isifo sovendle kanje: Kusukela zizelwe, sezinamasonto awu 6, awu 10, awu 14, nezinyanga ezi 18, nalapho sezineminyaka ewu 5.

Wazi Ngani Ukuthi Umntwana Uphethwe Isifo Sovendle Na?

Iqhaza Lomphakathi

Oaphela

 


The materials on this website may be copied for non-commercial use as long as our copyright notice and website address are included.
Copyright © KwaZulu-Natal Department of Health, 2001

 | Disclaimer