Vision, Mission and Core Values

Vision

Optimal health for all persons in KwaZulu-Natal

Mission

To develop and implement a sustainable, coordinated, integrated and comprehensive health system at all levels, based on the Primary Health Care approach through the District Health System, to ensure universal access to health care

Core Values

  • Trustworthiness, honesty and integrity
  • Open communication, transparency and consultation
  • Professionalism, accountability and commitment to excellence
  • Loyalty and compassion
  • Continuous learning, amenable to change and innovation
  • Respect

Umbono

Ukuhlinzeka usizo lwezempilo oluseqophelweni eliphezulu kubona bonke abantu baKwaZulu-Natali.

Impokophelo

Ukusungula nokuqalisa uhlelo lwezempilo oluzinzile, oluhlelekile, oludidiyele nolubanzi kuwo wonke amazinga, oluthathiselwa endleleni yoNakekelo Lwezempilo Oluyisisekelo ngokusebenzisa uHlelo Lwezempilo Lwezifunda, ngenhloso yokuqinisekisa ukufinyelela kukawonkewonke kwizinsiza zezempilo

Amagugungqangi

  • Ukwethembeka kanye nobuqotho
  • Ukuxhumana nokuxoxisana okuvulelekile kanjalo nokusobala
  • Ukuziphatha okufanelekile emsebenzini, ukuba nesibopho sokubika kanye nokuzibophezela ekwenzeni umsebenzi oncomekayo
  • Ubuqotho kanye nokuba nozwelo
  • Ukufunda okuqhubekayo, okuvumelana nenguquko kanye nokuba namasu amasha ekwenzeni umsebenzi
  • Inhlonipho

Quick Links

his page last edited on 06 June, 2023

The materials on this website may be copied for non-commercial use as long as our copyright notice and website address are included.

Copyright 2014 - All Rights Reserved - KwaZulu-Natal Department of Health

Disclaimer Website by KZN Department of Health