Vision

A long and healthy life for all individuals and communities in KwaZulu-Natal

Mission

To protect, promote, improve and maintain the health of all individuals and communities in KwaZulu-Natal through an integrated, multi-sectoral, sustainable, and comprehensive health system at all levels.

Core Values

Integrity

Trustworthiness

Innovation

Social Justice

Responsiveness

Open Communication

Accountability

Continuous learning

Consultation

Professionalism (including respect)

Commitment to Quality

Compassion

Umbono

Impilo ende, nenhle kubo bonke abantu  ba-KwaZulu-Natali.

Umgomo

Ukuvikela, ukukhuthaza, ukuthuthukisa nokugcina impilo yabantu ba-KwaZulu-Natali ngokusebenzisa uhlelo lwezempilo olubumbene, oluhlanganisa imikhakha ehlukahlukene, oluqhubekayo noluphelele kuwo wonke amazinga.

Izimiso

Ubuqotho

Ukuthembeka

Ukuqamba izinto ezintsha

Ubulungiswa emiphakathini

Ukuphendula izidingo

Ukuxhumana okuvulekile

Ukuba nencazelo ezintweni uma kunesidingo (Accountability)

Ukufunda okuqhubekayo

Ukubonisana

Ubungcweti (kuhlanganisa inhlonipho)

Ukuzibophezela ekwenzeni izinto ezisezingeni eliphezulu

Uzwelo